This is what we believe:

We believe the Bible, the inspired Word of God, is completely trustworthy, speaking with supreme authority in all matters of belief and practice.
Sikholelwa eBhayibhelini, iZwi eliphefumulelwe nguNkulunkulu, ukuthi lithembekile, likholekile, maqondana nakho konke ukukholwa nokuphila.

We believe in one God, who exists eternally in three persons, the Father, the Son and the Holy Spirit.
Sikholelwa kuNkulunkulu oyedwa, ongunaphakade, oziquzintathu; uNkulunkulu uBaba, uNkulunkulu iNdodana, noNkulunkulu uMoya ongcwele.

 

We believe all people, being created in the image of God, have intrinsic value, but as a result of sin are alienated from God and each other, and therefore in need of reconciliation.
Sikholelwa ukuthi bonke abantu badalwe ngomfanekiso kaNkulunkulu, banenani lobumsuka kuNkulunkulu, kodwa ngenxa yesono bahlukene noNkulunkulu nabanye abantu, badinga inkonzo yokubuyisana.

 

We believe that Jesus Christ, the Son of God, born of the virgin Mary, is fully God and fully human; He demonstrated God's love for sinners by suffering the penalty of death in their place, rose bodily from the dead and ascended to heaven where He intercedes for His people.
Sikholwa ukuthi uJesu Kristu uyiNdodana kaNkulunkulu, wazalwa yintombi uMariya, unguNkulunkulu futhi ungumuntu ngokugcwele; wabonakalisa uthando lukaNkulunkulu kuboni ngokuhlupheka athwale isigwebo sokufa endaweni yabo; wavuka ngokomzimba ekufeni wanyukela ezulwini lapho ebanxusela khona.

 

We believe all who repent and trust in Jesus Christ alone as Lord and Saviour are, by the grace of God, declared to be right with Him, receiving forgiveness and eternal life.
Sikholwa ukuthi bonke abaphendukayo bathembe uJesu Kristu njengeNkosi noMsindisi, ngomusa kaNkulunkulu, bayalungisiswa bathole intethelelo nokuphila okuphakade.

 

We believe the Lord Jesus Christ will return personally in glory, raise the dead, and judge the world.
Sikholelwa ukuthi uJesu Kristu uzobuya ngenkazimulo, avuse abafileyo, ahlulele izwe.

 

We believe all people will rise from the dead, those who are in Christ to enjoy eternal life with God, and those who are lost to suffer eternal separation from Him.
Sikholwa ukuthi bonke abantu bayakuvuka ekufeni, abakuKristu bavukele ekuphileni okuphakade benoNkulunkulu, abalahlekile bavukele ekuhluphekeni kokwehlukana noNkulunkulu.

 

We believe in the Holy Spirit who imparts new life to those who believe in Christ; through His indwelling presence and transforming power He gives assurance and equips believers for holy living and effective service.
Sikholelwa kuMoya ongcwele opha ukuphila okusha kwabakholwa nguKristu, ngobukhona bakhe kumuntu nangamandla akhe aguqulayo uyaqinisekisa abazalwane abahlomisele ukuphila ngobungcwele nokukhonza okunamandla.

 

We believe that everyone who is in Christ has access to God and can make their requests to him directly without the need of any other person, whether dead or alive.
Sikholelwa ukuthi bonke abakuKristu bangazikhulekela kuNkulunkulu ngaphandle kokudinga umxhumanisi, ophilayo noma osafa.

 

We believe that praying or offering sacrifices to anyone other than God, including ancestors, is forbidden by the Word of God.
Sikholelwa ukuthi ukukhuleka noma ukuletha umhlatshselo komunye unkulunkulu noma emadlozini kunqatshiwe izwi likaNkulunkulu.

 

We believe the Church is the body of Christ, the fellowship of all believers, and is commissioned to make disciples of all nations.
Sikholwa ukuthi ibandla lingumzimba kaKristu, inhlanganyelo yabo bonke abazalwane, lithunyiwe ukwenza abafundi bezizwe zonke.